BibleAll
Home
Bible
Parallel Reading
About
Contact
Login
Verse of the Day
I love the LORD, because he hath heard my voice and my supplications.
Psalm: 116:1
King James Versions
Tamil Bible
Alkitab Bible
American Standard Version
Bible Latinoamericana Spanish
Biblia Ave Maria
Biblia Cornilescu Română
Biblia Cristiana en Espaคol
Bกblia da Mulher Catขlica
Elberfelder Bible
Hebrew Bible (Tanakh)
Hindi Bible
Holy Bible in Arabic
Holy Bible KJV Apocrypha
Italian Riveduta Bible
La Bible Palore Vivante
La Bible Darby Francis
La Biblia Moderna en Espaคol
La Biblia NTV en Espaคol
Magandang Balita Biblia libre
Malayalam Bible
Marathi Bible
Tagalog Bible
Telugu Bible
The Holy Bible in Spanish
The Holy Bible RSV
The Vietnamese Bible
Urdu Bible
Zulu Bible Offline
Библия. Синодальный перевод
Punjabi Bible
Korean Bible
Select Book Name
Genesise
Eksodusi
Levitikusi
Numeri
Duteronomi
Joshuwa
Ruthe
1 Samuweli
2 Samuweli
1 AmaKhosi
2 AmaKhosi
1 IziKronike
2 IziKronike s
Ezra
Nehemiya
Esteri
Jobe
AmaHubo
IzAga
UmShumayeli
IsiHlabelelo SeziHlabelelo
Isaya
Jeremiya
IsiLilo
Hezekeli
Daniyeli
Hoseya
Joweli
Amose
Obadiya
Jona
Mika
Nahume
Habakuki
Zefaniya
Hagayi
Zakariya
Malaki
Mathewu
Marku
Luka
Johane
IzEnzo
AmaRoma
1 Korinte
2 Korinte
Galathiya
Efesu
Filipi
Kolose
1 Thesalonika
2 Thesalonika
1 Thimothewu
2 Thimothewu
KuThithu
KuFilemoni
KumaHeberu
EkaJakobe
1 Petru
2 Petru
1 Johane
2 Johane
3 Johane
EkaJuda
IsAmbulo
Chapter
Verse
Go
Prev
Библия. Синодальный перевод
Next
AmaHubo : 34
Track Name
00:00
00:00
Chapters
1
2
3
4
5
6
7
8
9
10
11
12
13
14
15
16
17
18
19
20
21
22
23
24
25
26
27
28
29
30
31
32
33
34
35
36
37
38
39
40
41
42
43
44
45
46
47
48
49
50
51
52
53
54
55
56
57
58
59
60
61
62
63
64
65
66
67
68
69
70
71
72
73
74
75
76
77
78
79
80
81
82
83
84
85
86
87
88
89
90
91
92
93
94
95
96
97
98
99
100
101
102
103
104
105
106
107
108
109
110
111
112
113
114
115
116
117
118
119
120
121
122
123
124
125
126
127
128
129
130
131
132
133
134
135
136
137
138
139
140
141
142
143
144
145
146
147
148
149
150
ElikaDavide mhla ezishaya uhlanya phambi kuka-Abimeleki owamxosha waze wamuka. Ngiyakumbonga uJehova ngezikhathi zonke; ukudunyiswa kwakhe kuyakuba semlonyeni wami njalonjalo. 34: AmaH. 46:2.
Umphefumulo wami uyakuzibonga ngoJehova; abathobekileyo bayakukuzwa, bajabule.
Mtuseni uJehova kanye nami, siphakamise igama lakhe kanyekanye.
Ngamfuna uJehova, wangiphendula; wangikhulula kulo lonke uvalo lwami.
Babheka kuye phezulu, bakhanya; ubuso babo abusoze bajabha.
Nasi isihlupheki esakhala, uJehova wezwa, wasikhulula kuzo zonke izinhlupheko zaso.
Ingelosi kaJehova iyamisa nxazonke kubo abamesabayo, ibakhulule. 34: Gen. 32:1; 2 AmaKh. 6:1.
Yizwani nibone ukuthi uJehova muhle; ubusisiwe lowo muntu ophephela kuye. 34: 1 Pet. 2:3.
Mesabeni uJehova nina bangcwele bakhe, ngokuba abasweli lutho abamesabayo. 34: AmaH. 33:1; 37:1.
Amabhongo ezingonyama ayaswela, alambe, kepha abafuna uJehova abayikuswela lutho oluhle. 34: Luk. 1:53.
Zanini, bantwana, ningilalele; ngizakunifundisa ukumesaba uJehova.
Ngumuphi umuntu othanda ukuphila, ofisa izinsuku zokuba abone okuhle na? 34: 1 Pet. 3:10.
Londa ulimi lwakho kokubi, nezindebe zakho kukho ukukhuluma inkohliso. 34: Ef. 4:29; 5:4; Kol. 4:6.
Deda kukho okubi, wenze okuhle; funa ukuthula, ukujonge. 34: AmaH. 37:27; Rom. 12:18; Heb. 12:.
Amehlo kaJehova akubo abalungileyo; izindlebe zakhe zikukho ukukhala kwabo. 34: 2 IziKr. 16:9.
Ubuso bukaJehova bumelene nabenza okubi ukuba achithe ukukhunjulwa kwabo emhlabeni. 34: AmaH. 73:20.
Labo bayakhala, uJehova uyezwa; uyabakhulula kuzo zonke izinhlupheko zabo. 34: AmaH. 145:18.
UJehova useduze nabo abanenhliziyo eyaphukileyo; uyabasindisa abanomoya odabukileyo. 34: Isaya 57:15; 66:2; Luk. :13.
Ziningi izinhlupheko zolungileyo, kepha uJehova uyamkhulula kuzo zonke.
Uyawagcina onke amathambo akhe; alaphulwa nelilodwa kuwo. 34: Eks. 12:46; Math. 10:30; Joh. 19:36.
Okubi kuyakumbulala omubi; abazonda olungileyo bayakulahlwa ngecala.
UJehova ukhulula umphefumulo wezinceku zakhe; akakho kwabamethembayo oyakuba necala.
×
×
Save
Close