BibleAll
Home
Bible
Parallel Reading
About
Contact
Login
Verse of the Day
Comfort ye, comfort ye my people, saith your God.
Isaiah : 40:1
King James Versions
Tamil Bible
Alkitab Bible
American Standard Version
Bible Latinoamericana Spanish
Biblia Ave Maria
Biblia Cornilescu Română
Biblia Cristiana en Espaคol
Bà¸blia da Mulher Catขlica
Elberfelder Bible
Hebrew Bible (Tanakh)
Hindi Bible
Holy Bible in Arabic
Holy Bible KJV Apocrypha
Italian Riveduta Bible
La Bible Palore Vivante
La Bible Darby Francis
La Biblia Moderna en Espaคol
La Biblia NTV en Espaคol
Magandang Balita Biblia libre
Malayalam Bible
Marathi Bible
Tagalog Bible
Telugu Bible
The Holy Bible in Spanish
The Holy Bible RSV
The Vietnamese Bible
Urdu Bible
Zulu Bible Offline
БиблиÑ. Синодальный перевод
Punjabi Bible
Korean Bible
Select Book Name
GenesiseÂ
EksodusiÂ
LevitikusiÂ
Numeri Â
  Duteronomi Â
JoshuwaÂ
RutheÂ
1Â SamuweliÂ
 2 SamuweliÂ
1 AmaKhosi Â
2Â AmaKhosiÂ
1Â IziKronikeÂ
2Â IziKronike s
EzraÂ
NehemiyaÂ
EsteriÂ
JobeÂ
AmaHuboÂ
 IzAgaÂ
UmShumayeliÂ
IsiHlabelelo SeziHlabeleloÂ
Isaya Â
JeremiyaÂ
IsiLiloÂ
HezekeliÂ
DaniyeliÂ
HoseyaÂ
JoweliÂ
AmoseÂ
Obadiya Â
Jona
Mika
NahumeÂ
HabakukiÂ
ZefaniyaÂ
HagayiÂ
Zakariya
MalakiÂ
MathewuÂ
Marku
Luka
Johane
IzEnzoÂ
AmaRomaÂ
1Â KorinteÂ
2Â KorinteÂ
Galathiya
EfesuÂ
FilipiÂ
KoloseÂ
1Â Thesalonika
2Â Thesalonika
1Â ThimothewuÂ
2Â Thimothewu
KuThithuÂ
KuFilemoniÂ
KumaHeberuÂ
EkaJakobe
1Â PetruÂ
2Â Petru
1 Johane
2 Johane
3 Johane
 EkaJuda
IsAmbulo
Chapter
Verse
Go
Prev
Zulu Bible Offline
Next
AmaHubo : 33
Track Name
00:00
00:00
Chapters
1
2
3
4
5
6
7
8
9
10
11
12
13
14
15
16
17
18
19
20
21
22
23
24
25
26
27
28
29
30
31
32
33
34
35
36
37
38
39
40
41
42
43
44
45
46
47
48
49
50
51
52
53
54
55
56
57
58
59
60
61
62
63
64
65
66
67
68
69
70
71
72
73
74
75
76
77
78
79
80
81
82
83
84
85
86
87
88
89
90
91
92
93
94
95
96
97
98
99
100
101
102
103
104
105
106
107
108
109
110
111
112
113
114
115
116
117
118
119
120
121
122
123
124
125
126
127
128
129
130
131
132
133
134
135
136
137
138
139
140
141
142
143
144
145
146
147
148
149
150
Yethabani kuJehova nina balungileyo; ukudumisa kubafanele abaqotho.
Bongani uJehova ngehabhu; mdumiseni ngogubhu oluzintambo ziyishumi. 33: AmaH. 9:3.
Mhubeleni ihubo elisha, nibethe kahle ngenhlokomo.
Ngokuba izwi likaJehova lilungile; zonke izenzo zakhe ziyakholeka. 33: Num. 23:19; 1 Sam. 15:29.
Uthanda ukulunga nokwahlulela; umhlaba ugcwele umusa kaJehova. 33: AmaH. 119:64.
Ngezwi likaJehova izulu lenziwa, namabandla onke ngomoya womlomo wakhe. 33: Gen. 1:2.
Ubuthela ndawonye amanzi olwandle njengenqwaba; uwabeka ajulileyo ezinqolobaneni. 33: Gen. 1:9; Jobe 38:8.
Umhlaba wonke mawumesabe uJehova; bonke abakhileyo ezweni mabathuthumele phambi kwakhe.
Ngokuba wakhuluma, kwaba khona; wayaleza, kwema khona. 33: AmaH. 148:5.
UJehova uchitha icebo labezizwe; uphuthisa imicabango yabantu. 33: Jobe 5:12; IzA. 21:30.
Icebo likaJehova limi phakade, nemicabango yenhliziyo yakhe ezizukulwaneni ngezizukulwane. 33: IzA. 19:21; Isaya 46:10.
Sibusisiwe isizwe esiNkulunkulu waso nguJehova, isizwe asikhethileyo sibe yifa lakhe. 33: AmaH. 144:15.
UJehova uyabheka esezulwini; uyababona bonke abantwana babantu.
Esendaweni lapho ehlala khona uyababuka bonke abakhileyo ezweni, 33: AmaH. 11:4.
yena owadala izinhliziyo zabo bonke, oqaphela zonke izenzo zabo. 33: IzA. 16:1,2,9; 21:1.
Ayikho inkosi esindiswa ngobuningi bempi yayo; isiqhwaga asikhululwa ngobukhulu bamandla aso. 33: 2 IziKr. 14:11.
Ihhashi liyize ekusindiseni, alihlangulisi ngobukhulu bamandla alo. 33: AmaH. 147:10; IzA. 21:31.
Bheka, iso likaJehova liphezu kwabamesabayo, abathemba umusa wakhe,
ukuba akhulule umphefumulo wabo ekufeni, abaphilise endlaleni. 33: Jobe 5:20; AmaH. 34:9; 37:.
Umphefumulo wethu ulindela uJehova; ungukusiza kwethu nesihlangu sethu. 33: Dut. 33:29.
Ngalokho inhliziyo yethu ithokoza ngaye, ngokuba sithemba igama lakhe elingcwele.
Umusa wakho, Jehova, mawube phezu kwethu, njengalokhu sithemba wena.
×
×
Save
Close